Xhumana Nabathengi Usebenzisa Okubukwayo

Amabhrendi aphezulu ezokuzijabulisa nabaxoxi bezindaba basebenzisa iTenor ukuze bashicilele ikhontenti esemthethweni futhi baxhumane nabalandeli. Sungula iphrofayela eqinisekisiwe ukuze ulawule ama-GIF akho nezitikha, uqinisekise ukuthi ibhrendi yakho imelelwa ngendlela oyihlosile.

Kuthenjwa ozakwethu abangaphezu kwe-8,000 emhlabeni jikelele.

20th Century Studios
Activision
Amazon
Bayern Munich
Cosmopolitan
Disney
Dreamworks
Electronic Arts
Esquire
Fox Sports
Hasbro
Hulu
Lionsgate
MLB
MTV
NBC
Netflix
Nickelodeon
Olympics
Paramount
Showtime
Sony Picture
The Pokemon Company
Universal Pictures
Warner Brothers

Kungani Kufanele Uzakwethu Wekhontenti?

Ukuqinisekisa Okusemthethweni

Ukuqinisekisa Okusemthethweni

Velela ngoqhwi wokuqinisekisa kanye nekhasi lephrofayela elinebhrendi.

Usekelo Nokuphathwa Kwekhontenti

Sebenza nethimba leTenor ukuze ukhethe futhi ulungiselele ilabhulari yakho ngokusekelwe emininingwaneni yokusebenza.

Ukuxhumana Ngokubukwayo

Xhumana nezithameli usebenzisa ulimi lwama-GIF, izitikha, namameme.

Qalisa

Ithimba Lempumelelo Kazakwethu weTenor lizosebenzisana nawe ukuze lisungule futhi likhethe ikhonteti ekwazi ukubangela ukubandakanyeka komthengi emiyalezweni yeselula. Sizofaka ikhontenti yakho esistimini yethu futhi siyilungiselele ukuthumela kweselula. ITenor izovumelanisa ikhontenti yakho namagama afanele okusesha futhi iyiveze lapho abasebenzisi bethu befuna i-GIF efanele ukuze basho abakucabangayo kanye nendlela abazizwa ngayo emndenini nakubangane.

Isinyathelo sokuqala: Asikhulume! Xhumana nathi manje ukuze ukhuthaze abalandeli ngokwabelana nge-GIF yeselula.